i-youtube iya

i-youtube iya

landa futhi ubuke amavidiyo owathandayo ngaphandle kokudla idatha yakho

Imininingwane Yohlelo Lokusebenza


2.26.57
Android 4.2+
Teen
100,000,000+
Get i-youtube iya for Free on Google Play
4.3 (85.3%) 1,213,293 Amavoti

Incazelo Yohlelo Lokusebenza


Sikwethulela i-YouTube Go 🎆 Uhlelo lokusebenza olusha sha lokulanda nokubuka amavidiyo

I-YouTube Go ingumngani wakho wansuku zonke, ngisho noma unedatha elinganiselwe noma ukuxhumeka okunensayo.
✔️️ Zitholele amavidiyo adumile: 🎵 izingoma, 🎥 ama-movie, 📺 imidlalo ye-TV, 😂 amahlaya, 👜 imfashini, 🍲 ezokupheka, 🛠️ ubuciko bokwenza izinto nokunye okuningi!
✔️️ Landa futhi ubuke amavidiyo akho ayintandokazi
✔️️ Lawula idatha yakho nesitoreji

🔹 Lawula idatha yakho $
- Khetha ukulanda noma ukubuka
- Hlola kuqala amavidiyo ngaphambi kokulanda noma ukubuka
- Khetha ukuthi mangaki ama-MB owasebenzisa kumavidiyo

🔹 Landa amavidiyo ⬇️️
- Landa amavidiyo uwafake efonini noma ekhadini lakho le-SD
- Wadlale ngaphandle kokubhafa
- Wabuke noma nini, noma kuphi - ngisho nangokuxhumeka kwe-inthanethi okunensayo noma kungekho
- Buka amavidiyo alandiwe izikhathi eziningi ngaphandle kwezindleko zedatha ezengeziwe

🔹 Ishesha kakhulu! Ukuma kwefoni okumbalwa 🚀
- Awusakhathazeki ngokuma kwefoni
- Yenzelwe ukusebenza ngesitoreji esincane nesivinini esiphansi

I-YouTube Go - Khulisa ukuzijabulisa kwakho ngaphandle kokudla idatha yakho 😍

Ushintsho / Yini Entsha


Introducing the new YouTube Go app – try it now!

Ungase Futhi Uthande Lezi Zinhlelo Zokusebenza